歌词
@migu music@
Vulinhliziyo - Swazi Dlamini
Written by:Njabulo L.
Is'khathi sami sonke nawe
Bes'gcwele injabulo njalo
Konke ebengik'dinga ngingak'swele
Ngiyazi indaba yami nawe
Ay'phelanga kamunandi
Ngak'phula inhliziyo ngithethelele
Ngang'ngaboni ngangingazi
Ukuthi uyis'busiso sami
Ngak'xhaphaza ngak'laxaza shwele
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni ng'zohlala ethembeni
Ngihlale ngithandaza kanje
Seng'khulile seng'bonile
Seng'hambile seng'fundile
Uthando ol'njengolwakho al'velele
Ngiyazi ngak'cekela phansi
Ngiyaz'vuma zonke izono zami
Manje ngiyangqongqoza ngivulele
Vula inhliziyo vula inhliziyo yakho
Vula inhliziyo ngiyancenga nje ooh
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni ng'zohlala ethembeni
Ngihlale ngithandaza kanje
Ngeke ngiphinde ngeke ngilinge
Ngik'lahle
Ngiyak'thembisa
Ngeke ngiphinde ngeke ngilinge
Ngik'lahle
Ngiyak'thembisa
Mungangipha ithuba nje
Sthandwa siyofa silahlane
Ngiyasho ngingowakho njena
Mungangipha ithuba nje
Sthandwa siyofa silahlane
Ngiyasho ngingowakho njena
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni ng'zohlala ethembeni
Ngihlale ngithandaza kanje
Ngihlale ngithandaza kanje
Ngihlale ngithandaza kanje
Ukuthi siyoze s'buyelane
Noma isimo sil'khuni ng'zohlala ethembeni
Ngihlale ngithandaza kanje
展开