Angingedwa

作词:佚名

作曲:J. Nkabinde

所属专辑:Live In Soweto

歌词

@migu music@

@migu music@

Mhla liduma izulu

Unyazi lusabeka

Namanz' olwandl' amakhulu ecish' ukungigwinya

Ngizwa amazwi kajesu ethi

Ungesabi chaa ngingeke ngikushiye

Cha angingedwa

Angingedwa chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Noma kuvel' ukulingwa nosizi olukhulu

Noma kudangel' umoya ngishiywe izihlobo

Ujesu unami njalo ngiyo kuthula ngaye

Ushil' angek' angishiye cha angingedwa

Angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Owang'fela egolgotha

Owahlushwa ngenxa yam'

Ngob' ulapho nobumthombo wokugez' izono zam'

Ungilungisel' indawo esihlalweni sakhe

Ngiyakuhla hlala naye njalo ohh cha angingedwa

Angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

Chaa angingedwa oh cha angingedwa

Ushil' angekangishiye chaa angingedwa

展开