Ikusasa

作词:Jabulani Makhubo

作曲:Vuyo Manyike

所属专辑:Umsebenzi

歌词

@migu music@

Ikusasa by SJAVA

Ikusasa aliziwa

Ngoba kusa kusa ezweni

Ikusasa alaziwa

Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga lingphatheleni iksasa lami

Izinto zami mile ngididekile moshakele zonke inhlelo zami

Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi

imbuzo yami iphelela emoyeni

Impendulo ngizotholaphi

Kanti yini impilo

Mayinje

Kanti yini impilo

Mayinje

Kazi lempi ngiyonqoba na

Noma iyonghlula na

Ilanga liyashona

Nothukela liyangenisa na

Ngabe ngiyoluwela na

Amaphupho enginawo

Ngimisele ukuwasebenzela ngabe ayofezeka

Futhi ngimisele nokuwafela Ma

Ikusasa aliziwa

Ngoba kusa kusa ezweni

Ikusasa alaziwa

Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga lingphatheleni iksasa lami

Izinto zami mile ngididekile moshakele zonke inhlelo zami

Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi

imbuzo yami iphelela emoyeni

Impendulo ngizotholaphi

Kanti yini impilo

Mayinje

Kanti yini impilo

Mayinje

Yazi Inzima impilo

yokuhlalela ovalweni

Abakhoni abanye

Induduzo bayithola ebhodleleni

Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni

Inkinga khona yonke indawo

Ukuthi ayifani

展开