歌词
@migu music@
Maduze by SJAVA
(Distance distance)
(Don’t mean a thing)
(Don’t mean a thing yeah)
Noma ngabe ukude kunami
Kodwa uyohlale ukhona enhliziyweni yami
Maye ngiyay’zonda lezontaba
ezingisithela ulavi wami
Bekezela sthandwa sami kusele insuku ngizokubona maduze
Bekezela sthandwa sami kusele insiku
Ngizokubona maduze
Cela uphathe
kahle lapho ukhona
Nami ngizphatha kahle
Hayi ukuthi angikthembi
Ngiyazi ilingo khona endleleni
Inkimbulo inkumbulo
Ngiyazi dali uyafa inkumbulo inkumbulo
Cela uqaphele inkanuko inkanuko
Umzwangedwa ubanga inkanuko
Mayefika amajongo
Uwatshele ukuthi Uqonywe le kwaZulu
Mayefika ezoshela amajongo
Uwatshele ukuthi wena Jaime le
Kwazulu
Ontaba dilika
Ngibone sthandwa sami
Ow my mubiza
展开