歌词
@migu music@
@migu music@
(Hook)
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
(×2)
Verse
Abamaziyo abaphuthume beyomtshela ukuthi seng'yamyeka.
Ngyahlukana naye, tshela inyanga yakho idedele amazinyo, sengyamdedela.
Naleslwane es'vakasha ebusuku, sesingadedela konke sekuyaphela.
Uthando hhave luyisiphukuphuku.
Ukhethe ukuphendula mina isitha kulezi zithukuthuku?
Umuntu wakho nguye owathi uyongidinga xa kushushu.
Nanokuthi le yindoda yakho, sengithola ngoba ngiyohlola sphukuphuku.
Impilo yami uyibhekise phansi.
Angisalali ebusuku,senginokuvuka phansi.
Angithi ebusuku ngiyalwa!!
Lezi zinto zinomsindo, futhi zinokungishaya.
Lesthunzi salendoda eneskhwele engihamba nayo, inokungilala.
Hawu xola ntombi yakhe, yizwa lamagama ungizwele sengikhala.
Indaba yokuthi ukhethe ukungithwesa lomthwalo kucacisile kimi ukuthi impela uyamthanda.
Usengowakho wonke,tshela inyanga yakho idedele amazinyo ngiyacela.
Mina anginamali,angazi ngingaqalaphi lento uma kungathiwa ngiyayigeza
Sengifulathelwe nalidlozi lami,kumnyama.
Dadewethu, uthando akusiyo into njena phela… phela.
(Hook)
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
Wen'uthole amadlozi
展开