歌词
@migu music@
(Verse)
Inqondo ikhungathekile
Ixhophekile ezinkungwini,isiyahluleka ukuhlukanisa phakathi kwamanga neqiniso.
Nqondo awunaqiniso!!
Sasivumelene ukuthi ngeke sahlukaniswa ubulima kepha uwena osulalela inhliziyo
Inhliziyo ibona ekuthandayo,
Ibheke izinto ngendlela yayo.
Inhliziyo izogqolozela lo emthandayo,
Ibancishe ithuba bonke abakuthandayo.
Ngivaleleke ejele,akasangifuni lo engimuthandayo
展开