Why

作词:暂无

作曲:Jamal Steven Pilgrim

所属专辑:3310

歌词

@migu music@

WHY

Konke lokhu iphutha lika baba/

Konke lokhu iphutha lika mama/

Manje abasekho kuhlupheka mina/

Zonke izono zabo seziwela kmina/

Why Mina

Why mina

Leyinkinga ngizoyilungisa ngani Mina ngani mina baba/

Why mina why mina/

Kmele ngifele izono engazazi Mina engazazi mina mama/

Sometimes abantu bona bathi bavikela wena/

Bethi baqed inkinga kanti baziphushela kuwena/

Abanye Abazi kuthi later kungahlupheka wena/

Nokuchithwa kwegazi nje kungaba nomthelela kuwena/

Izenzo zethu, ezisxhumanisa kakhulu/

Izenzo zethu, eyihlupha ingane kakhulu /

Zineketanga elibopha iyzukulwane kabuhlungu/

Izono zakho zingagcina sezifelwa uthumbu!/

Bashiy isthwathwa sibhula amazolo/

Ngenxa yesbongo k'gula amadoda/

Asinayimpande sigcwele amagxolo/

Inhlanhla ayingeni kvala amadlozi/

Alicaci iksasa kvele okwayizolo/

Alicaci isaka kvel okokuvova/

Asihlali isamba bavele basivonxe/

Awu last espan bavele bakugxothe

Konke lokhu iphutha likababa

Konke lokhu iphutha likamama

Manje abasekho kuhlupheka mina

Zonke izono zabo seziwela kumina

Why Mina

Why mina

Leyinkinga ngizoyilungisa ngani Mina ngani mina baba/

Why mina

Why mina

Kmele ngifele izono engazazi Mina engazazi Mina mama/

Izinto zami nje ayihlangani/

Kthiwa mangastholi isbongo sami ngizosangana/

Already ngi feel engathi ngiyasangana/

DNA yami nekabab wami nje ayihlangani/

Umngani wam usefung impilo/

Ubab'wakhe waphambanis emsamu ethi uphemb impilo/

Ubaba akasekho usesele nedlozi elibi/

Noma selifisa ukusiza yonke into eliyenzayo yimbi/

Thin' esisele sithwele kanzima/

Ibusiso zethu kungenxa yenu siz'thola kanzima/

Ukbheka le ushiye kulenga ikon okunzima/

Coz washiya, ingane zakho esezizothwala kanzima/

Konke lokhu iphutha likababa

Konke lokhu iphutha likamama

Manje abasekho kuhlupheka mina

Zonke izono zabo seziwela kumina

Why Mina

Why mina

Leyinkinga ngizoyilungisa ngani Mina ngani mina baba/

Why mina

Why mina

Kmele ngifele izono engazazi Mina engazazi Mina mama

(Contributing Artists: Anzo, Sly)

展开