Amablesser (Remix)

作词:Raymond Shaban Mwakyusa,Lindokuhle Mgedezi

作曲:Lindokuhle Mgedezi,Raymond Shaban Mwakyusa

所属专辑:Emakhaya

歌词

@migu music@

Uyaz' uk'thand umuntu uvele ugcwale ngaye

Uvel' ubon i-straight

Uvele ubon' umshado

Ngisho uma wey'ngane

Impilo yakho yonk' iphelele wena um' unaye

Kanti yena ufun' ukuhamba

Ufuna uk'bona abanye

Mina ang'sazi ng'thini, ang'sazi ng'thini ye...

Ak'phileki ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami...

Ngob' uthen' akasang'thand ucela ngimyeke

Uhambile uma-baby

Uhambile uma-baby yea...

Uhambe namablesser

Uhambe namablesser wooaa...

Beng'nentombi mina, intombi mina aah

Beng'nentombi mina, intombi mina aah

Kodwa wakhetha ukung'shiya aah

Ukung'shiya...

U-lovey wam uhambe namablesser

Uhambe namablesser aah...

Bathath' umunt' wam

Bathath' isthandwa sam why...

Nom' ungahamb' uzong' khumbula aah

U-lovey wam uhambe namablesser

Uhambe namablesser wahamba

Ihambil' intombi kamjita, ay ulova...

Usho in front of phamb' kwabantu

Wathi "it's over"

Mina ang'nanto... weeh

Mina ang'nalutho, mina

'maningthathela yena nithi ngenzenjani?

'maningthathela yena nithi ng'thande bani?

Wentomb' yam we

Wentomb yam wena aah

Buyel ekhaya aah

Uma ningthathela yena nithi ngthembe bani?

Uma ningthathela yena nithi ngthande bani?

Wentomb' yaaaaaaaaam...

展开